Aamphakethe amaningi engaphakathi lekhomputha azimele kwamanye amaphakethe noma imitapo yolwazi ukuse asebenze kahle. Ukuqiniseka ukuthi isistimu yakho inawo wonke amaphakethe adingekayo ukusebenza, uhlelo lwemisebenzi lokufaka lubheka lamaphakathe okuncikile ngasosonke isikhathi ufaka noma ugudluza iphakethe. Uma iphakethe lidinga elinye iphakethe elingafakiwe, okuncikile okuncikile kukhona.
Amaphakethe amaningi owakhethile anokuncikile okungaxazululiwe. Ungakwazi ukuxazulula lokhu ngokukhetha Faka Amaphakethe Ukonelisa Okuncikile. Ungakhetha ukungafaki nanoma imaphi amaphakethe abalwe kanye nokokuncika noma ziba okuncikile.